INDLUNKULU kaZulu, ngomlomo woMntwana uSimphiwe Zulu, isimeme isizwe ukuba sibe yingxenye yomgcagco weSilo uMisuzilu ...
AKASEKHO emhlabeni uWinnie Khumalo, ongomunye wabaculi abazakhele igama ngethalente labo njengoba esebenze nabaculi abaningi ...
Kuhlehliswe umdlalo weRoyal AM neChippa United kuteleka abadlali be-AM, beduba umsebenzi, bekhala ngokungayitholi imiholo ...
UGQUGQUZELWE wukulethwa kwemicimbi emikhulu emakhaya umculi kamasikandi uMthandeni "iGcokama Elisha" Manqele emcimbini wakhe ...
UBUSESEMANZINI umndeni wentombazane enyamalale ngosuku olwandulela ukhisimusi njengoba ngawo nje ukhisimusi wawungcwaba ...
BABALELWA ngaphezulu kuka-15 000 abasolwa ababoshiwe ngesikhathi samaholidi kaDecember KwaZulu Natal. Lokhu kuvezwe ...
BANETHEMBA lokuthi ukuqashwa kwemenenja kamasipala kuzoletha uzinzo kuMasipala uMzumbe kulandela ukuqokwa ngokugcwele kukaMnu Shaka Cele.
UNDUNANKULU waKwaZulu Natal uMnu Thami Ntuli ukhale kakhulu ngesihlava sokubulawa kwabesifazane esibonakala singapheli ...
UNOBHALA Jikelele we-African National Congress uMnu Fikile Mbalula uveze ukuthi uzothathelwa izinyathelo umholi wayo ...
Babhekene namacala awu-18 okubulala nokuphatha izibhamu ezingekho emthethweni nezinhlamvu.
INKAMPANI eqopha imidlalo kamabonakude iStained Glass Productions isiphumele obala ngokucacisa ngodaba lwemiholo yabalingisi boZalo ngoDecember.
Ukhale kakhulu ngokuwohloka kweGoli, ikakhulu ukungcola, ubugebengu, nokwehluleka kukamasipala wakhona ukuhlinzeka umphakathi ...